News

Le nkampani ibalula izinga likasawoti eleqile kweminye yemikhiqizo kanti ithatha lesi sinyathelo kulandela ukuxhumana kayo ...
OwaMaZulu akafuni bazikhathaze ngefomu yeMarumoKhonamanjalo: Njengoba kuyinyanga yabesifazane, AmaZulu azosingenisa mahhala isibhuda esihlobe ngemifaniswano yeqembu. La mathikithi amahhala atholakala ...
IMagesi izibophezele ngokugwema isibhaxu kweyePremiershipUkugwema isimo sangesizini edlule sokuzithola sivika izembe ingxenye enkulu yesizini, sizibekele umgomo wokuthi sikulwele ukuthi emidlalweni ...
USIHLALO nomqeqeshi weMidlands Wanderers, uVincent “Masenti” Myeni, ubona sebekulungele ukuqala kwesizini ka-2025/26 yeMotsepe Foundation Championship eqala kule mpelasonto. IMidlands iphakathi ...
Kwehle ingcindezi kwiPirates icosha amaphuzu kwiBetwayUkulimala kukaDeano van Rooyen esiwombeni sokuqala kusho ukuthi u-Ouaddou kuzomele abheke kuBandile Shandu noma uTshepo Mashiloane, abadlale emuva ...
UMQEQESHI we-Orlando Pirates, u-Abdeslam Ouaddou uthe ubengenayo indlela yokushintsha iqembu kakhulu emdlalweni wao neligi neStellenbosch ngenxa yokuthi bebewadinga amaphuzu amathathu.
Indida etholakala ekopolotwe amehlo obedukileUFUNA izimpendulo umndeni wowesilisa waseSweetwaters, eMgungundlovu, ngelungu lawo elitholakale likopolotwe amehlo lashiswa ubuso emva kokuphela amasonto ...
UMLINGISI woZalo uNothando Ngcobo, uthi yize ewuthanda umkhakha wokulingisa kodwa kubalulekile nokuhlaba ikhefu. UNothando ulingisa indawo kaHlelo kulo mdlalo okhonjiswa kuSABC 1 ngo-8.30 ebusuku ...
Omunye wabazobe benandisa emcimbini iSimphiwe Shembe Comedy Picnic eseBotanic Gardens, eThekwini, ngoMgqibelo uthi uzodlala izingoma ezithakaselwa yiwona wonke umuntu.
UMngqithi ukusho lokhu ngemuva komdlalo wezakhe weBetway Premiership neDurban City wabakhaya baseThekwini, ophele zibambane ngo 1-1 ngoLwesibili, eChatsworth Stadium, eThekwini.
UZIBONA esazofaka isandla eqenjini lesizwe umdlali wamaBhokobhoko uMakazole Mapimpi.
AMABHOKOBHOKO abheke ukudlala uhlobo lombhoxo oseluwanqobise iNdebe yoMhlaba kabili kulandelana uma esebhekene ne-Australia emdlalweni wesibili weRugby Championship.